Nanti ithuba lokwakha noma ukuqedela osekwakhiwe endaweni yase Danganya, Umkomaas South Coast. Lendawo iseduze nomgwaqo oyitiyela, izikole ezimbili eziyi primary kanye nama High school, clinic nedolobha Umkomaas. Lendawo ebhekene no N2 freeway kanye nolwandle. Thatha nanti ithuba lokuwakha umuzi owuthandayo ube isakhamuzi sase Danganya. Uma unsesifiso sokuzobona lendawo ungapholisi maseko, xhumana nami.